Resources / Factsheets & Infographics
I wish I had known – Zulu
20 Aug 18 Prisons & Criminal Justice
Le ncwadi yasungulwa ngabantu abakupharoli kanye neziboshwa zangaphambilini ukusiza abantu abakupharoli ngaphambi nangemuva kokudedelwa ukuthi bazi kabanzi ngokuthi iyini ipharoli nokuthi isebenza kanjani, kanye nokubanikeza usizo lokubalungiselela impilo ngokushesha ngemuva kokuba kade besejele. Khumbula ukuthi le ncwadi yimfishane kakhulu futhi izokunika izinto ezibalulekile kuphela. Ukuze uthole ulwazi oluthe xaxa, kufanele uxhumane nezinhlangano ezibalwe ngaphansi kwe’Zidingongqangi’.